UManana uthembise ukugcina imiyalelo yenkantolo

2017-11-14 14:23

Johannesburg - Lowo owayeyiSekela likNgqongqoshe wezeMfundo ePhakeme uMduduzi Manana uthembise ukugcina imiyalelo yenkantolo.

Abameli bakaManana bathe uzokhokha imali yenhlawulo engu-R100 000 aphinde enze umsebnezi wokulekelale umphakathi amahora angu-500 ngemuva kokuhlasela abantu besifazane abathathu

OLUNYE UDABA:UManana uhlawuliswe u-R100 000 noma abhadle ejele

INkantolo yeMantshi yaseRandburg iphinde yatshela uManana ukuba abhekane nokulawula intukuthelo yakhe.

UManana washaya abesifazane abathathu ngenhloso yokulizama ekilabhini eseGoli ngo-Agasti.

UManana wesula esikhundleni sakhe sokuba yisekela likangqongqoshe ngemuva kwalesi sigameko.

 - eNCA

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Morning clouds. Mild. Pta: 12-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-26°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 8-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-27°C Sunny. Warm. PE: 13-22°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...