Umalusi ushayele ihlombe owezemfundo ngezivivinyo zaMatric 2017

2017-12-30 11:55

Johannesburg - UMnyango wezeMfundo eyisiSekelo ushayelwe ihlombe ngokuqinisekisa unyaka wokubhalwa kwezivivinyo kamatikuletsheni wakulo nyaka ngokungabi bikho kwezigemegeme.

Umkhandlu obhekelele ukuqinisekisa izinga lemfundo, uMalusi, uthi imizamo eyenziwe wumnyango ikuqinisekisile ukuthi akwenzeke lutho engaqondakali nokuthi kungaphazamiseki ukubhalwa kwezivivinyo.

OLUNYE UDABA:UNgqongqoshe uzomemezela imiphumela ka-matric

Imiphumela izodedelwa ngesonto elizayo - nguNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo u-Angie Motshekga ngoLwesine eGoli.

Kulo nyaka izivivinyo zibhalwe abafundi abangu-802 630.

 - SABC

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-31°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 16-28°C Afternoon clouds. Warm. Bloem: 17-29°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 21-30°C Sunny. Warm. PE: 18-27°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...