'Uma kungehla uZuma esikhundleni lungabonakala ubumbano'

2018-01-01 10:09

Johannesburg – Omakadebebona be-ANC bathi abakufisayo bona ngonyaka omusha ukuba uMengameli Jacob Zuma ehle esikhundleni sokuba umholi wezwe ukuze inhlangano ibumbane.

Omakadebebona bakusho lokhu ngosuku lokugcina onyakeni ka-2017.

Babongele uCyril Ramaphosa ngokukhethwa kwakhe kwesokuba umholi we-ANC, bathi banethemba lokuthi ubuholi bakhe buzofika noshintsho.

OLUNYE UDABA: UMengameli uthi kusaseqhulwini kuhulumeni ukuqeda inhlupheko

Bathe ngeke izinto zibelula, ngenxa yezinselelo ezibhekene ne-ANC.

Omakadebebona baphinde bathi ubumbano obelokhu kukhulunywa ngalo ngo-2017 kumele lubonakale ngo-2018.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...