"Ukushiswa kwezikole ukucekela phansi ikusasa lezwe"

2016-05-15 11:01

Johannesburg - Ukushiswa kwezikole eVuwani, eLimpopo kwukukushisa ikusasa lezwe, kuchaza inhlangano yabafundi, iCongress of South African Student Organisation (Cosas).

Amalungu engkangano abekhuluma ngesikhathi kuthandazelwa ukubuyisa ukuthula endaweni yaseVuwani namaophethelo.

OLUNYE UDABA: Kuzodingeka ezishisiwe ngomonakalo owenzeke evuwani

Umholi weCosasa esifundeni uMushumiNetshisumbiwa uthe abazali kufanele baqinisekise ukuthi azishiswa izikole uma kunemibhikisho, kubika i-SABC.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 21-28°C Showers early. Partly sunny. Warm.
Jhb: 19-26°C Scattered showers. Partly sunny. Warm. Bloem: 18-30°C Showers early. Morning clouds. Warm.
Dbn: 22-25°C a mixture of sun and clouds. Mild. PE: 18-24°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...