Ukhonjwa eLadysmith obambe iLotto

2017-01-26 13:03

Durban - Abakwa-Lotto bamemezele ukuthi kunesakhamuzi saseLadysmith esithenge ithikithi le-Powerball Plus, eRose Park café, esihlabane ne-Lotto yemali engu-R14,111,886.

Leli thikithi eliwiniwe lathengwa ngomhlaka-24 Januwari.

OLUNYE UDABA: Unogada waseThekwini uhlabane no-R33m we-Lotto

Lesi sakhamuzi esiwinile sasithenge ithikithi lemali engu-R15 nge-Quick Pick.

 - Facebook

 - Ladysmithgazette

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 14-24°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 11-22°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 6-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-24°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 12-22°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...