Ugwetshiwe umama owashisa ingane iphila

2017-12-11 14:01

Pretoria - Owesifazane ogama lakhengu-Anna Mahlangu, 64, ukhihle isililo ngesikathi esehla amastebhisi ebheke phansi ezitokisini eNkantolo eNkulu yaseGauteng, ePitoli, ngemuva kokugwetshwa iminyaka engu-15 bhadle ejele ngokubulala intombazane, 13.

UMahangu uvalelise kumndeni wkhe ngaphabi kokunyamalala emehlweni abantu enkantolo.

Lo wesifazane obengumsizi wasendlini waseMamelodi ulahlwe yicala lokubulala uNelly Masangu ngokumbombothela gophalafini aqeda wamokhela ngomlilo.

OLUNYE UDABA:Umama washisa ingane iphila ethi ‘uyifundisa isifundo’

UMahlangu uthi wayefuna ukuyifundisaisifunda le ngane.

UMahlangu uthe le ngane yamebela imali kanti abefuna ukukwenza ukuyiabisa kuphela.

Le ngane yashona ngemuvakokuchitha amasonto ambalwa esibhedlela.

- Pretoria News

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...