Ugcwele izinkalo obulale izingane zakhe ezimbili eMnambithi

2016-05-31 16:06

eMnambithi - Amaphoyisa athungatha owesilisa ubulale izingane zakhe ezimbili eSt Chad ngoMsombuluko ebusuku.

Kusolakala ukuthi owesimame ubexabana nomyeni wakhe ngaphambi kokuba kwenzeke lokhu.

OLUNYE UDABA:Umbulali uchaza indlela agenca ngayo ikhanda lomufi

Lo mama ushiye umyeni wakhe nezingane zabo ezimbili ezineminyaka emihlanu neyisishiyagalombili ubudala wahamba.

Imizimba yalezi zingane itholakale idindilizile ekhaya kanti amaphoyisa athungatha ubaba wazo, kubika iLadysmith gazette.


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kubanjwe inkunzi abosizo lokuqala e-PE

Emizuzwini eyi-36 edlule
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-23°C Morning clouds. Mild. Pta: 21-28°C Showers early. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 18-26°C Drizzle. Morning clouds. Warm. Bloem: 18-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 22-27°C a mixture of sun and clouds. Warm. PE: 18-24°C Rain early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...