Ufuna idivosi osexakwe yi'nduku' yomyeni wakhe

2016-06-09 14:31

Pretoria – Oweisfazane ufuna ukudivosa umyeni wakhe waseZimbabwe ashade naye ezinsukwini ezintathu ezedlule ngoba induku yakhe inkulu kakhulu.

NgoMsombulukom inkantolo yasePitoli, unkosikazi ucele inkantolo ukuba iqede umshado wakhe, ngoba uyehluleka ukumelana nobukhulu ‘benduku’ yomyeni wakhe.

Lona bekuwumshado wesibili kalona wesifazane onezingane ezintathu.

Funda nalolu daba: Umfundisi wenyoka uthi uNkulunkulu wakhuluma kuye

Umyeni akazange akuphike okushiwo unkosikazi, kodwa uthe ufuna ukubuyiselwa ilobolo lakhe lika-R68 000.

Ijaji litshele lezi zithandani ukuba zizame ukuhlala phansi zixoxisane, kubika iDaily Voice.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone ababili kuphangwa ibhizinisi

Emizuzwini eyi-32 edlule
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-28°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C Scattered showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...