UDudu Myeni uhlaselwa ngoba elwa nenkohlakalo yabamhlophe - Umbiko

2016-09-16 07:45

Johannesburg - Kusungulwe umkhankaso wokuvikela isithunzi sikaDudu Myeni kubelungu abafuna ukuqhubeka nokwenza inkohlakalo eSouth African Aways, kubika iCitizen.

Lo mkhankaso uholwa iKhansela ledolobha laseGoli uLeanne Williams okholwa wukuthi uMyeni uhlaselwa ngoba nakho elwa nenkohlakalo yabamhlophe e-SAA.

Funda nalolu daba:I-DA izobabela enkantolo ngokuqokwa kabusha kukaDudu Myeni

UWilliams uthi usesungule umkhankaso othi, “akuhlukanwe noMyeni,” kanti lo umkhankaso wokuvikela isithunzi sikaMyeni kubelungu besilisa abafuna ukudicilela phansi igama lakhe.

Leli khansela liqhubeke lathi iningi inkohlakalo kule nkampani kanti ukuhlukunyezwa komuntu wesimame oyidwa, kungukuhlukunyezwa kwabo bonke abantu besemame.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-28°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-25°C Drizzle. Morning clouds. Warm. Bloem: 10-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-19°C Rain showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 15-22°C Scattered showers. Morning clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...