Uboshiwe 'oklinye, wabulala' indodana eThekwini

2017-04-24 14:02

Durban -  Kuboshwe owesilisa namuhla ekuseni ngezinsolo zokuklinya abulale indodana yakhe eneminyaka engu-7 ubudala eCaneside, eThekwini, kubnika iPhoenix Sun.

Kusolwa ukuthi lesi sigameko sidalwe wudlame lwasekhaya, okuyizinkinga ebeziphakathi kwalo wesilisa nenkosikazi yakhe.

OLUNYE UDABA: Umama waseVryheid ubulale indodana ebigoloza ukuthenga ukudla

Imibiko engaqinisekisiwe ithi kusolakala ukuthi amaphoyisa yiwo athole lo baba ephethe isidumbu sendodana emgwaqeni. 

Lo baba ube eseboshwa ngaleso sikhathi.

Udaba oluphelele luyalandela.

 - The Citizen

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter     

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-18°C Sunny. Mild. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Sunny. Mild. Bloem: 3-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-22°C Partly cloudy. Cool. PE: 10-20°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...