UBlade Nzimanda uzokwethula umbiko ngomkhankaso wezokuphepha wangePhasika

2018-04-17 09:31

Johannesburg - UNgqongqoshe wezokuThutha uBlade Nzimande ngoLwesibili uzokhipha umbiko wokuqala ngomkhankaso wezokuphepha emigwaqeni ngesikhathi sePhasika namhlanje.

Umbiko, ozokwethulwa eKapa, kulindeleke uqhathanise okwenzeke kahle kanye nalokho okungenzekanga kahle.

Uzophinde ukhulume ngamaphoyisa, nangezinhlelo zokufundisa nokuqwashisa ezenzekile.

OLUNYE UDABA: Kuzoba nesiteleka sabamabhasi ngoLwesithathu

UMnyango wezokuThutha uthi angaphezu kwangu-18 900 amaphoyisa ajutshwa ezindaweni ezahlukene ngempelasonto yePhasika, ikakhulukazi emigwaqeni eyingozi.

UMnyango uhlele ukuqhubeka nodlulisa imiyalezo egqugquzela ukuphepha emigwaqeni.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 10-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 5-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C Sunny. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...