Sekushone ikhansela le-ANC emhlanganweni woMkhandlu eGoli

2016-08-22 18:55

Johannesburg – Ngemuva kokuphakanyiswa kwamagama abazobanga kwesokuba yiMeya yaseGoli, kuquleke ikhansela le-ANC lagcina ngokushna ngokuhamba kwesikhathi.

Ikhansela elishonile, elingakadalulwa igama layo, kudingeke likhishwe ehholo ngemuva kokuphakanyiswe kwamagama.

Funda nalolu daba: Avelile amadoda amane asolwa ngokubulala

UParks Tau we-ANC noHerman Mashaba weDA bapakanyiselwe kwesokuba yiMeya yaseGoli.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 17-27°C Heavy rain. Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-21°C Heavy rain. Decreasing cloudiness. Mild. Bloem: 9-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-22°C Rain late. Mostly cloudy. Cool. PE: 12-19°C a few showers. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...