Sekugoqwa: Uhlu oluphelele lwabakhethwe ezikhundleni ze-ANCYL eKZN

2017-02-26 15:35

Durban - Isiyagoqwa inkomfa yezinsuku ezintathu yophiko lwentsha lwe-ANC esifundazweni sakwaZulu-Natal.

UKwazi Mshengu osengumholi omusha we-walolu phiko kanye nethimba lakhe sebezoqala umsebenzi wabo wokuhola intsha kulesi sifundazwa.

Nalu uhlu oluphelele lwabaholi bentsha kulesi sifundazwa kanye nePEC.

Kwazi Mshengu - Usihlalo

Sbo Thembela Hlabangane – Iphini likaSihlalo

Thanduxolo Langelihle KaMduduzi Sabelo - UNobhala

Nomfundo Zwane-Dlamini – Iphini likaNobhala

Verus Thobelani Ncamphalala – Umgcini-mafa

Amalungu e-PEC:

Nombuso Mabaso F, Mandla Shange M, Vuyiswa Caluza F, Nwabisa Dano F, Sduduzo Mdluli M, Kholeka Hadebe F, Nkosenhle Mgadi M

Ayanda Nomandela M, Ziphezinhle Mchunu F, Sindy OkaMpongo Ndlovu F, Melisizwe Zondo M, Amanda Bani F, Futhi Maluleka F 

Thokozane Stix Nene M, Sthembile Jeza F, Skhumbuzo Mabaso M,Nomnotho Lembede F, Mondli Ncane M, Khona Mthabela F, noKhosi Nomkhosi Khuzwayo F

Le nkomfa yaqalwa ngoLwesihlanu kanti igoqwe ngeSonto ngemuva kokuthi amakomidi akhethiwe ethula imigomo yawo kuwo wonke amalungu entsha abekhona.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C a few showers. Decreasing cloudiness. Mild. Pta: 6-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C More sun than clouds. Mild. PE: 12-18°C Broken clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...