Sebebabili abashone esehlakalweni saseSandton

2016-07-22 08:31

Johannesburg – Sesinyukelwe kwababili isibalo sabashone esigamekweni sokudubulana esenzeke eSandton ngemuva kokuba umshayeli wesithuthuthu oshayiswe yimoto eshone izolo ebusuku.

Funda nalolu daba: ITheku liyaxolisa ngokungabikho kwamabhasi

Umsolwa ubulewe, abanye abantu ababili bathola ukulimala ngesikhathi ushayasibhamu evulela ngenhlamvu ebhekise emaphoyiseni abebajaha ngasekhoneni likaWilliam Nicol Drive noRepublic Road izolo.

Abasolwa ababili kumanje basesibhedlela ngaphansi kweso lamaphoyisa.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-30°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-26°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-27°C Rain early. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 21-31°C Isolated tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 19-25°C Passing showers. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...