Owesifazane ubelethele e-toilet amanesi engamsizi

2016-06-24 17:34

Johannesburg - Owesifazane obesezinhlungwini esikwa ucele usizo kwabezimpilo, kodwa kuthiwa utshelwe ukuthi uyazenzisa akasikwa.

Ngenxa yezinhlungu ezimangalisayo, uqonde endlini yangasese, kungekho muntu nakuba amanesi ebeseduzane, wafike babelethela khona.

Lezi yizinsolo zobudedengu ezenzeke esikhungweni sezempilo eMpumalanga okumanje ziphenywa uMnyango wezeMpilo kulesi sifundazwe.

Funda nalolu daba: Izigebengu zikhale zemuka nezevatho

Izisebenzi zaseMatsula Clinic kuthiwa zinqabile ukusiza owesifazane obekhulelwe obatshele ukuthi uyasikwa.

UNgqongqoshe woMnyango wezeMpilo, uGillion Mashego, uzwakalise ukwethuka ngalolu daba wathi sebejube ithimba elizokwenza uphenyo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 19-21°C Drizzle. Partly cloudy. Cool. Pta: 18-30°C More clouds than sun. Warm.
Jhb: 17-25°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-25°C Rain early. Morning clouds. Mild.
Dbn: 21-30°C Widely scattered tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 20-26°C Numerous showers. Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...