Owayegijima kuChiefs emdlalweni kamabonakude

2017-03-27 19:30

Johannesburg - Owayegijima eqenjini lebhola lezinyawo iKaizer Chiefs uJabu "Shuffle""Mahlangu uzovela emdlalweni wakumabonakude otshengisa kuMzansi Magic iThe Queen, enguye.

Uthe ukushutha kulo mdlalo kumshiye echazekile.

OLUNYE UDABA: Usewabeke ethala amakhokho oweChiefs

Lesi sihlabani somdlalo webhola lezinyawo sizovela kulo mdlalo singumngani kaGoodness okuyindawo edlalwa nguZenande Mfenyana.

UJabu waqala ukuvela emdlalweni kamabonakude edlala kwiSamsokolo ngo-2013 kanti ngalo mdlalo ukhuza ibuya kule mboni yezokulingisa.

UJabu uzoqala ukubonakala kumabonakude ngomhlaka-17 Meyi.

 - TshisaLive

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Passing showers. Partly cloudy. Mild. Pta: 4-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-18°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...