Oshayela ibhasi lesikole uboshelwe ukunyukubeza ingane yesikole

2017-10-22 15:31

Johannesburg – Umshayeli webhasi lesikole uboshiwe ngecala lokunyukubeza umfundi, 13, esikoleni saseGauteng.

Lokhu kuvezwe amaphoyisa akulesi sifundazwe ngeSonto.

“Amaphoyisa akholwa wukuthi ziningi ezinye izingane ezisazozondela njengoba umsolwa evalelwe,” kusho uCaptain Lungelo Dlamini ngesitatimende.

OLUNYE UDABA:Bayavela abasolwa ngokubulala umshayeli webhasi eKapa

Kuthiwa lo mshayeli ubethinta lo mfundi ngendlela engamukelekile njalo uma egibela leli bhasi.

Lo msolwa uzohlala ezitokisini aze avele enkantolo ngoMsombuluko.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Sunny. Mild. Pta: 17-27°C Heavy rain. Morning clouds. Warm.
Jhb: 14-21°C Heavy rain. Decreasing cloudiness. Mild. Bloem: 9-27°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-22°C Rain late. Mostly cloudy. Cool. PE: 12-19°C a few showers. Afternoon clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...