Osebenza engadini uthole ngamathambo omuntu eThekwini

2017-11-14 11:01

Durban - Indoda esebenza engadini ithole amathambo omuntu ngesikhathi isebenza ngaphandle emzini oseManzimtoti, eningizimu yeTheku, kusho amaphoyisa ngoLwesibili.

Okhulumela amaphoyisa uLieutenant-Colonel Thulani Zwane utshele abezindaba iNews24, ukuthi ithimba le-Search and Rescue eThekwini kanjalo nabosizo lokuqala i-ER24 babizelwe emzini okuRiverside Road ngoMsombuluko.

OLUNYE UDABA:Kutholwe amathambo omuntu ngasesiteshini samaphoyisa

"La mathambo omuntu athathwe adluliselwa ezandleni zamaphoyisa aseManzimtoti," kusho uZwane.

Kuvulwe idokodo.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-23°C Partly cloudy. Mild. Pta: 19-32°C More sun than clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 18-28°C More sun than clouds. Pleasantly warm. Bloem: 16-27°C Numerous showers. Afternoon clouds. Warm.
Dbn: 20-27°C Mostly cloudy. Warm. PE: 22-28°C Showers late. Haze. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...