Ona-78 ulahlwe amacala okweba imali emsebenzini

2017-04-07 16:01

Johannesburg - INkantolo yeMantshi yaseNelspruit ngoLwesithathu ithole owesilisa oneminyaka engu-78 ubudala, ogama lakhe nguDick Johannes Hattingh, enamacala angu-12 okweba.

Okhulumela amaphoyisa oKlebe uCaptain Dineo Lucy Sekgotodi ngoLwesihlanu uthe: "NgoNovemba 2015, umsolwa wayeqashwe eLowveld Hunting Club wase eba imali engu-R527 000 emsebenzini."

OLUNYE UDABA: Utholwe enamacala unogada ngawokudlwengula eGoli

USekgotodi uthe isigwebo sikaHattingh silengiswe iminyaka emihlanu ngaphansi komgomo wokuthi le mali uzoyikhokha njalo ngenyanga, ekhokha imali engu-R3 000 eminyakeni emihlanu.

 - The Citizen

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kuthunjwe usomabhizinisi eKapa

Emizuzwini eyi-48 edlule
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 8-17°C Morning clouds. Mild. Pta: 9-21°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -2-18°C Sunny. Mild.
Dbn: 14-22°C Drizzle. Morning clouds. Cool. PE: 10-16°C Mostly sunny. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...