OKlebe bagasele emzini wakwaGupta

2018-02-14 07:37

Johannesburg - Amaphoyisa ophiko loKlebe agasele emzini wakwaGupta eSaxonwold, eGoli.

Imininingwane mayelana nokugaselwa kulo muzi ayikaziwa.

Lo mndeni ohlezi usematheni usubandakanyekwe ezinsolweni ezahlukene zenkohlakalo.

OLUNYE UDABA:IDA imashela emzini wakwaGupta

AbakwaGupta kusolwa ukuthi bayabandakanyeka kuMengameli Jacob Zuma.

Lo mdeni uphinde usolwe ngokweba izigidi zamarandi kwi-Estina Dairy Project, okwakuyimali eyayizonikwa abalimi abamnyama eyagcina isetshenziswe emshadweni womndeni.

Imigwaqo ekule ndawo ivaliwe.

 - Twitter:

 - eNCA

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-16°C a few tstorms. More clouds than sun. Cool. Pta: 9-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-19°C Sunny. Mild. Bloem: 3-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-24°C Mostly sunny. Mild. PE: 12-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...