Ngabe ingcono impilo ukuba uZuma wehla esikhundleni - Bheki Cele

2017-12-12 14:00

Johannesburg – Ilungu lekomidi eliphezulu kwi-African National Congress (ANC), uBheki Cele, lithi izwe ngabe lisesimeni esingono kakhulu ukuba uMengameli Jacob Zuma wehla esikhundleni ngemuva kwesinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo ngodaba lwaseNkandla.

UCele ubekhuluma engxoxweni abenayo kwi-Radio 702.

UCele, oyiphini ikaNgqongqoshe wezoLimo, wayedume ngokweseka kakhulu uZuma kodwa uthi izinto zajika ngesikhathi iNkantolo yoMthethosisekelo ithola ukuthi wehluleka ukwenza njengezifundo zakhe ukuvikela uMthethosisekelo.

OLUNYE UDABA: Ubuyele enkantolo 'umfundisi we-Doom'

Uthi isinqumo seNkantolo yoMthethosisekelo ngodaba lwaseNkandla saveza ukuthi njengezwe “sengathi sifake igiya elibheke emuva”.

“Ngakho ukuba wehla esikhundleni, impilo ngabe ingcono.”

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C More sun than clouds. Cool. Pta: 18-30°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 17-26°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 15-27°C Rain early. More sun than clouds. Warm.
Dbn: 21-31°C Isolated tstorms. Broken clouds. Warm. PE: 19-25°C Passing showers. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...