Namuhla ithuba lokugcina lokubhalisela ukuvota

2016-05-23 10:07

Johannesburg - Namuhla wusuku lokugcina lokubhalisela ukuvota okhetheweni lokuvotela ohulumeni basekhaya.

UNgqongqoshe wezokubusa ngokubambisana uDes van Rooyen uzomemezela ngokusemthethweni usuku lokuvota lwangomhlaka-3 Agasti, lokhu kuchaze ukuthi ukubhalisela ukuvota kuzovalwa kanti angeke lusavela elinye ithuba lokubhalisa.

OLUNYE UDABA: I-IEC inxusa abantu ukuba baqhubeke nokubhalisela ukuvota

Abavoti banxuswa ukuba bavakashele izikhungu zokubhalisela ukuvota ngaphambi kwezithuba zabo-17:00 uma befisa ukuyoqinisekisa noma beyobuyekeza imininingwane yabo.

Uma selumenyezelwe ngokusemthethweni usuku lokuvota azikho izinguquko ezisazokwenziwa, kubika i-eNCA.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 10-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 16-31°C Showers late. More sun than clouds. Hot.
Jhb: 16-28°C Morning clouds. Warm. Bloem: 6-25°C High level clouds. Mild.
Dbn: 16-21°C Drizzle. Morning clouds. Cool. PE: 12-19°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...