Lishonile iphoyisa lomgwaqo lizama ukumisa imoto

2017-01-27 19:42

Limpopo - Iphoyisa lomgwaqo eLimpopo lishonile ngemuva kokushayiswa yimoto ngaseValencia.

Leli phoyisa belivimba imoto yohlobo lwe-VW Polo ebisanda kudlula iloli ngesivinini.

OLUNYE UDABA:

Umshayeli wale moto uhlulekile ukwehlisa amafutha ivinjwa yileli phoyisa imoto yagibela phezukwalo yaphumela naye eceleni komgwaqo.

Abezimo eziphuthumayo bafike nendizamshini ukuphuthumisa leli phoyisa esibhedlela lilimele kabi ezingalweni kanye nasemlenzeni.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-14°C Drizzle. Afternoon clouds. Cool. Pta: 5-22°C Sunny. Mild.
Jhb: 1-17°C Sunny. Mild. Bloem: -3-16°C Sunny. Refreshingly cool.
Dbn: 12-20°C Sunny. Cool. PE: 11-18°C Showers early. More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...