Lihlehlisiwe icala elibhekene noZuma

2018-04-06 10:18

Durban - Ahlehliselwe umhlaka-8 Juni amacala abhekene nalowo owayengumengameli wakuleli uJacob Zuma ngemuva kokuvela kafushane eNkantolo eNkulu eThekwini.

Ukuqulwa kwecala likaZuma kuhlehliswe yiJaji uThemba Sishi, waveza ukuthi udedelwe ngesexwayiso.

OLUNYE UDABA:Uyavela lowo owayengumengali kuleli ngawenkohlakalo

UZuma ubevele enkantolo ngamacala angu-16 enkohlakalo nokukhwabanisa.

Ngenyanga edlule, iNhloko yeNational Prosecuting Authority (NPA), uShaun Abrahams yamemezela ukuthi kumele ashushiswe uZuma ngamacala asolwa ngawo.

 - TWITTER:


 - EWN

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...