Lihlehlile elowabhunyela isoka ngamafutha abilayo

2016-10-18 15:59

Pietermaritzburg - Udedelwe ngesexwayiso enakntolo yemantshi yaseHowick owesifazane oneminyaka engu-30 ubudala ngezinsolo zokuzama ukubulala isoka, elibhunyela ngamafutha abilayo.

OLUNYE UDABA: Uyavela obhunyele umyeni ngamafutha abilayo

Ngokuthola kwe-Eyethu News isigameko senzeka ngomhlaka-9 Septhemba kanti imantshi itshele lo wesifazane onezinyanga ezingu-8 ezithwele ukuthi kuyamukhathaza ukuthi azibandakanye kubugebengu.

Icala lizobuyela enkantolo ngomhlaka-21 Okthoba.

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-22°C Afternoon clouds. Mild. Pta: 11-24°C Mostly sunny. Mild.
Jhb: 7-20°C Early fog followed by sunny skies. Mild. Bloem: 8-22°C Mostly sunny. Mild.
Dbn: 17-25°C Morning clouds. Mild. PE: 15-25°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...