LALELA: UZuma uhube iculo kwahlokoma enkonzweni eThekwini

2018-03-30 14:08

Durban - Ubuholi be-ANC KwaZulu-Natal buhambele ibandla likaMfundisi Vusi Dube, eThekwini Community Church, buholwa yilowo owabe engumengameli uJacob Zuma.

Kuthe kusaqhubeka inkonzo, uSihlalo we-ANC esifundazweni uSihle Zikalala nguye owethule uZuma obe esegibela esiteji, yilapho-ke uZuma ebe esenza adume ngazo, washaya ingoma yokholo ethi Somlandela uJesu abazalwane bachwaza.

UZuma ushaye leli culo ephelezelwa wumshayi wezinsimbi kanye nebandla ebonakala ukuthi ulizwa ngaphakathi.

Lalela lapha ngezansi:

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...