Kweqe iziboshwa ezingu-6 ejele eW Cape

2018-03-12 12:28

Cape Town - Kweqe iziboshwa ezingu-6 ejele iPollsmoor eTokai kanti kuzwakale ukuthi zeqe engxenyeni yejele eligcina izingane ezincane nentsha.

Okhulumela amaphoyisa esifundazwe, uLieutenant Colonel Andre Traut, uthe iziboshwa zeqe ngezithuba zabo-23:25 ngeSonto ebusuku.

OLUNYE UDABA:Kweqe iziboshwa ezingu-20 ebeziphuma enkantolo

Ngokusho kombiko wabezindaba kuzwakale ukuthi zeqe ejele lentsha nelezingane ezisencane.

"Okuholele kulesi sigameko kuyaphenywa," esho.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. Pta: 10-25°C Sunny. Mild.
Jhb: 7-21°C Sunny. Mild. Bloem: 5-21°C Sunny. Mild.
Dbn: 17-25°C Morning clouds. Mild. PE: 13-23°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...