Kweqe 4 weziboshwa 'eziyingozi' ejele e-E London

2018-01-11 07:06

Johannesburg - Kweqe iziboshwa ezine ejele laseMdantsane ngaphandle kwase-East London namuhla ekuseni.

UNkosinathi Breakfast woMnyango wezobuLungiswa, uthe imininingwane yokuthi lezi ziboshwa zeqe kanjani ibingakacaci.

OLUNYE UDABA:Kweqe iziboshwa ezingu-20 ebeziphuma enkantolo

UBreakfast uxwayise umphakathi ukuba ungazami ukuzibamba lezi ziboshwa kodwa ushayele amaphoyisa aseduzane ngoba ziyingozi.

Uthe sekuqalile ukuthungathwa kwazo ukuze zizophinde ziboshwe.

Lolu wudaba oluqhubekayo.

 - DispatchLive

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-19°C Sunny. Mild. Pta: 15-23°C Afternoon clouds. Mild.
Jhb: 12-21°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 7-22°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-22°C Light rain early. Morning clouds. Cool. PE: 12-20°C High level clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...