Kuzophenywa ngokuhlaselwa kwabesimame kuma-Uber

2016-09-25 15:33

Johannesburg – Uphiko lwabesimame kuKhongolose i-ANCWL isigxeke kabi isehlakalo sokuhlaselwa kwabesimame ngabashayela bamatekisi i-Uber.

“Siyabona ukuthi iyanda imibiko yokuhlaselwa kwabesimame. Imibiko efana nokuthunjwa, ukushaywa, ukugetshengwa nokunyukubezwa ngokocansi okubikwa emaphoyiseni,” kusho uNobhala Jikelele we-ANCWL uMeokgo Matuba.

OLUNYE UDABA:‘I-ANCWL kumele iphoqe umengameli Zuma ukuba axolise’

UMatuba unxuse zonke izakhamuzi zakuleli ukuba zibambisane ukuze kupheliswe udlame oluqhamuka nalaba bashayeli.

Uqhubeke wathi izimo ezifana nalezi zokuhlaselwa kwabesimame inkinga ekumele siqikelele sonke ukuthi siyayinqanda, kubika i-African News Agenc

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-22°C Sunny. Cool. Pta: 17-28°C Mostly sunny. Warm.
Jhb: 11-23°C Mostly sunny. Mild. Bloem: 10-24°C Morning clouds. Mild.
Dbn: 18-19°C Numerous showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 14-22°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...