Kuzohlolwa isidumbu esikhafulwe wulwandle eW Cape

2016-11-14 08:31

Cape Town - Kuzohlolwa izicubu zomzimba nesidumbu ezikhafulwe wulwandle ngoLwesihlanu eGordon'S Bay.

Abantu ababedlula ngendlela babikela iziphathimandla ngokutholakala kwalesi sidumbu.

OLUNYE UDABA: Ushonile ogxavunwe ushaka edoba olwandle

Iziphathimandla zaseWstern Cape zithe ukuhlolwa kwesidumbu kuzoba yingxenye yophenyo kulandela ukutholakala kwezicubu zomzimba nesidumbu sendoda engaziwa olwandle.

Iziphathimandla zicela usizo kumalungu omphakathi ngokuhlonza isidumbu sendoda.

 - EWN

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-20°C Morning clouds. Mild. Pta: 16-27°C Numerous showers. Partly sunny. Warm.
Jhb: 14-22°C Numerous showers. More clouds than sun. Mild. Bloem: 12-28°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 16-22°C Rain showers. Mostly cloudy. Cool. PE: 13-18°C a few showers. Mostly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...