Kuyaphenywa ngokutholakala kwesidumbu ngaphansi kombhede esibhedlela

2018-03-15 19:18

Cape Town – Amaphoyisa ayaphenya ngokubulawa kwesiguli iStellenbosch Provincial Hospital.

Kukholakala ukuthi isidumbu sowesilisa sitholakale ngaphansi kombhede ewadini.

OLUNYE UDABA: Kuxwayiswa ngomsinga obandayo eGauteng

Amaphoyisa kuthiwa asola ukuthi isisulu siklinywe sabulawa.

Bekungakaboshwa muntu okwamanje ngesigameko.

Khomanjalo, ngonyaka odlule eStellenbosch Hospital kwatholakala isidumbu somuntu ku- ceiling, ngemuva kwezinsuku ezibalelw akwezingu-13 egcine ukubonakala.

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-20°C More sun than clouds. Mild. Pta: 11-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-23°C Sunny. Mild. Bloem: 5-23°C Sunny. Mild.
Dbn: 18-27°C Sunny. Warm. PE: 13-21°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...