Kuxwayiswa ngesiphepho eGauteng nakwezinye izifundazwe

2017-11-24 08:11

Johannesburg - Abe-South African Weather Service isikhiphe isixwayiso ngesimo sezulu esingesihle eGauteng nakwezinye izifundazwe namuhla (ngoLwesihlanu).

Izindawo ezizothinteka kubalwa nasezingxenyeni ezisenyakatho neKwaZulu-Natal, entshonalanga naseningizimu yeLimpopo, empumalanga nasezingxenyeni ezimaphakathi nesifundazwe iNorth West, izingxenye ezisenyakatho nempumalanga eFree State naseMpumalanga.

OLUNYE UDABA:Isimo sezulu esishubisa umnkantsha kuleli sonto

Ngokusho kwaCandise McKechne wabezindaba i-eNCA, kulindeleke isichotho esikhulu esihambisana nomoya ongase ushiye umonakalo kulezi zindawo ezibaliwe.

 - eNCA

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-21°C Morning clouds. Cool. Pta: 14-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 13-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 13-27°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 17-22°C Showers early. More clouds than sun. Mild. PE: 12-20°C More sun than clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...