Kuvalwe inyuvesi kulandela umbhikisho eKapa

2017-09-13 14:00

Cape Town - Isikhungo semfundo ephakeme iCape Peninsula University of Technology (CPUT) imemezele ngoLwesithathu ngokuvala amasango ophikweni lwesikhungo esiseMowbray ngenxa yombhikisho yezitshudeni.

"Namuhla ekuseni iqeqebane lezitshudeni liphazamise ukufunda ophikweni lwesikhungu eMowbray. Kudingeke ukuba kuvalwe amasango, kuzozwakala ngokuhamba kwesikhathi ukuthi kuzovalwa kuze kube yinini.

OLUNYE UDABA:Kuboshwe abafundi abangu-6 ngombhikisho e-UCT

"Izitshudeni nabasebenzi ziyalelwe ukuba baxhumane nothisha kanjalo nabaphathi ngalolu daba," kusho isitatimende se-CPUT.

NgoMsombuluko, wangomhlaka-11 Septhemba kwashiswa isikhungo, kwaqhuma nama-stun grenade ngesikhathi kuqhubeka umbhikisho kuso lesi sikhungo.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-18°C More clouds than sun. Mild. Pta: 18-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 14-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 12-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-34°C Sunny. Hot. PE: 18-24°C Sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...