Kutshalwe elibhekene nezinhlekelele eKZN

2017-02-24 09:31

Durban - Ithimba elibhekene nezinhlekelele KwaZulu-Natal lizoqhubeka nokuqapha isimo kulandela izikhukhula ezisenyakatho yesifundazwe, kusho uNgqongqoshe wezokuBusa ngokuBambisana kanye neziNdaba zoMdabu KwaZulu Natal, uNomusa Dube-Ncube.

Izindawo ezithintekayo kubalwa iNewcastle, KwaDukuza nasesifundeni saseMkhanyakude.

OLUNYE UDABA: Batholelwe indawo yesikhashana abahlaselwe yizikhukhula eNewcastle

UDube-Ncube uthe kufanele abantu baqaphele uma bewela imifula namabhulohwe.

UNgqongqoshe uthe ithimba lizoqhubeka nokuqhapha isimo wabe esenxusa abantu ukuba bangawakali amanzi ngokuwabuka uma befuna ukuwela imifula namabhulohwe ambhozwe ngamanza.

"Kungabangcono uma bengase bakugweme ukuhamba kule simo," kuqhuba ungqongqoshe.

- Twitter:

 - SABC

- “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-28°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-26°C Heavy rain. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...