Kuthungathwa ogwaze wabulala umakhelwane ngenxa ka-R25

2017-09-20 12:30

Mpumalanga - Owesilisa oneminyaka ephakathi kuka-23 no-25 ubudala ugwazwe wabulawa ngumkhalwane wakhe.

Lokhu kwenzeke ngeSonto ekuseni endaweni yaseMsholozi esigcemeni sakwa-A, eMpumalanga.

Ngokubika kwephephandaba i-Mpumalanga News kuthiwa umsolwa uye emzini obekuqashe kuwo isisulu eyofuna u-R25 wakhe.

OLUNYE UDABA:Umethuli wezinhlelo uyahluleka ukukhokhela umashonisa

Ngesikhathi bemtshela ukuthi akekho, wacasuka walwa nalo obekhona nokuyilapho egcine emgwaza ngesikhali esicijile.

“Sithuke kabi ngesikhathi umsolwa esebulala umuntu ngenxa ka-R25. Sizosebenzisana namaphoyisa ukuze abanjwe,” kusho uWozawoza Motsa, okhulumela inhlangano eqapha umphakathi.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX

Kushone ababili kuphangwa ibhizinisi

Emizuzwini eyi-27 edlule
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-28°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C Scattered showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...