Kuthungathwa 'ababulala' izithandani phambi kwezingane zazo

2017-07-15 11:00

Johannesburg - Amaphoyisa alandela imikhondo ngemuva kokudutshulwa kubulawe izithandani emzini wazo oseCosmo City phambi kwezingane zazo ezine.

Amaphoyisa athi izingane zazothe umlilo egcekeni ngesikhathi oshayasibhamu abathathu beqa uthango bengena ngaphakathi egcekeni ngoLwesibili ebusuku.

OLUNYE UDABA:Izigebengu zigqekeze indlu kaR Mashesha

Ngesikhathi enye yezingane izama ukuqhweba abazali, omunye woshayasibhamu uvele wadubula abazali bobabili emakhanda.

La boshayisibhamu beba umabonakude.

- EWN

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-18°C Mostly sunny. Mild. Pta: 18-29°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-23°C Showers early. More sun than clouds. Mild. Bloem: 12-28°C Drizzle. Morning clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 18-19°C Scattered showers. Breaks of sun late. Cool. PE: 12-20°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...