Kutholwe usana lushonile emgqomeni eThekwini

2017-11-06 07:01

Durban - Kutholwe isidumbu sengane ezelwe emgqomeni kadoti enkabeni yedolobha iTheku ekhoneni likaBond noCross Street ngeSonto ntambama, kusho abosizo lokuqala.

Abosizo lokuqala iRescue Care babizelwe endaweni yesigameko kuladnela ukutholakala kwale ngane ngezithuba zabo-14:00, kusho okhulumela iRescue Care uGarrith Jamieson.

OLUNYE UDABA: Kutholwe ingane ishonile emgqomeni eMall

"Kutholakale ingane ezelwe ilahlwe emgqomeni kadoti. Le ngane ibingatshengisi zimpawu zokuphila yahlonzwa njengeshonile khona endaweni yesigameko."

Amaphoyisa ayaphenya, usho njalo.

 -  African News Agency (ANA)

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-22°C High level clouds. Cool. Pta: 14-27°C Passing showers. More clouds than sun. Warm.
Jhb: 13-23°C Passing showers. Morning clouds. Mild. Bloem: 15-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 16-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool. PE: 13-20°C Scattered clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...