Kutholwe isidumbu phakathi nomgwaqo omkhulu

2017-03-19 18:29

Pretoria - Kutholwe isidumbu sendoda emgwaqeni omkhulu u-N14 eCenturion, kusho abosizo lokuqala ngeSonto.

"Abosizo lokuqala bebebuyela emsebenzini wabo ekuseni geSonto ngesikhathi bezithele emotweni ebipake phakathi nomgwaqo," kusho okhulumela i-ER24 uRussel Meiring.

Uthe imoto ebipakile ngayabantu abame ngesikhathi bebona isidumbu emgwaqeni.

OLUNYE UDABA: Kutholakale isidumbu sesalukazi sigwaziwe emzini waso

"Indoda itholwe inenqwaba yamanxeba futhi ingatshengisi zimpawu zokuphila."

Imoto okukholakala ukuthi ngeyale ndoda etholwe iyisidumbu itholwe ipake uma uqhubeka kancane kuthela wayeka.

Imbangela yesigameko isaphenywa.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                 


- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-22°C Sunny. Mild. Pta: 15-30°C Morning clouds. Pleasantly warm.
Jhb: 11-27°C Morning clouds. Pleasantly warm. Bloem: 7-30°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-29°C Morning clouds. Warm. PE: 17-31°C Sunny. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...