Kutholwe inyoka endaweni okudlala kuyo izingane

2018-03-14 16:02

Ladysmith - Kutholwe inyoka iMozambique Spitting Cobra endaweni okudlala kuyo izingane eWimpy Park ngeSonto.

Le nyoka ibonakale ihamba endaweni okudlala kuyo izingane.

UFanie Cilliers ongungoti wezinyoka, uthe kubeyinhlanhla le nyoka yabonakala ngaphambi kokuba ilume eyodwa yezingane zisadlala.

OLUNYE UDABA:Kubaleke iziguli kubokala inyoka esibhedlela

Ukube le nyoka enobuthi ilume enye yezingane bekuzoba nenkinga enkulu.

UFanie uqhube ngokuthi abantiu kufanele baqaphele njengoba nezinyoka nazo kudingeka zidlile ukuze zizohlala kahle ebusika, ngakho zizingela kakhulu manje.

 - Ladysmithgazette

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-20°C Showers late. More sun than clouds. Mild. Pta: 11-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 8-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-26°C Sunny. Mild. PE: 11-23°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...