Kutholakale isidumbu sengane endaweni okulahlwa kuyo udoti

2017-05-24 18:00

Ladysmith - Kuthololakale isidumbu sengane yentombazane endaweni okulahlwa kuyo udoti e-Acaciavale, eLadysmith, KwaZulu-Natal.

Amaphoyisa abizelwe endaweni yesigameko afica isidumbu sengane yentombazane okukholakla ukuthi ibingakahlanganisi ngisho inyanga izelwe.

Le ngane ibiklinywe ngentambo ebisasemqaleni ngesikhathi amaphoyisa eyithola.

OLUNYE UDABA:Kutholwe ingane yomfana eduzane nemjondolo

Ingane ibigoqwe ngengubo ephuzi.

Abosizo lokuqala iMeedical Legal Mortuary (MLM) nabo babizelwe endaweni yesigameko ukuba bazokwelekelela.

Lesi yisigameko sesibili sokutholakala kwengane isishonile endaweni okulahlwa kuyo udoti kulo nyaka kuleya ndawo.

 - Ladysmithgazette

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                    

- News 24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-22°C Mostly sunny. Cool. Pta: 15-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 15-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 20-28°C More sun than clouds. Warm.
Dbn: 20-28°C Showers late. Afternoon clouds. Warm. PE: 17-20°C Drizzle. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...