Kutholakale imamba enkulu eDurban North

2016-08-31 16:01

Durban - UJason Arnold ozingela izinyoka eDurban North uhlenge inyoka enkulu engamamitha angu-2.5 iBlack Mamba engangesihlaka somuntu ubukhulu.

Le nyoka itholwe endaweni eseMt Edgecombe, kubika iNorthglen News.

OLUNYE UDABA: Kube umashiywa kulunguza inyoka epotimendeni ebhasini

U-Arnold uthe ubizelwe endawnei ngabantu abebesebenza kule ndawo okuyibo bababone le mamba yesilisa ihamba ehlathini ngasemzini womuntu.

Ukutholakala kwale nyoka kuashiye izakhamizi nomzingeli wezinyoka zinemibuzo, kubika iThe Citizen.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

- News24

Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 16-19°C Mostly sunny. Cool. Pta: 14-26°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 12-24°C More sun than clouds. Mild. Bloem: 16-25°C Rain late. More sun than clouds. Mild.
Dbn: 22-27°C Drizzle. Afternoon clouds. Warm. PE: 16-21°C Showers late. Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...