Kutholakale amathambo omuntu emzini oseDurban North

2017-03-06 12:31

Durban - Abakhi bathole amathambo omuntu ngesikhathi bemba emzini oseDurban North, kusho amaphoyisa aKwaZulu-Natal ngeSonto.

Abakhi bebemba njengoba kuqhubeka umsebenzi wokunwetshwa komuzi.

Amaphoyisa athi kube sekubizwa amalungu eDurban Search and Rescue Unit emzini okuBeachway Road, eDurban North.

OLUNYE UDABA: Zimkhalele uthisha wesifazane osolwa ngokunukubeza ingane ngokocansi

“Owe-KZN MLM weluleke ngokuthi kumbiwe ngokucophelela ukuvikela amathambo ukuze ezohlolwa.

“Wonke amathambo atholakele akhishiwe ngaphambi kokuba ayiswe emakhazeni akuGale Street,” ngokusho kwamaphoyisa kuFacebook.

- SowetanLive

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-30°C Afternoon clouds. Warm.
Jhb: 16-28°C More sun than clouds. Warm. Bloem: 17-29°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 21-30°C More sun than clouds. Warm. PE: 18-27°C Rain late. Afternoon clouds. Warm.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...