Kuthiwa abayeke ukulala iziguli abelaphi bendabuko

2016-09-01 13:31

Malamulele - Abalaphi bendabuko kufanele bayeke ukusebenzisa izicubu zomzimba zabantu, ukulala iziguli nokusiza izigebengu, kusho umengameli weSouth African Traditional Jealers Association.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe umelaphi wendabuko ngokuqola owesifazane

"Kufanele siyeke ukwenza imithi ngezicubu zabantu, siyeke ukubulala abantu njengoba sibizelwe ukulapha abantu hhayi ukubabylala," kusho uSylvester Hlathi eMalamulele, eLimpopo ngoLwesithathu.

Abalaphi kufanele bayeke ukuhlukumeza isiguli ngokubatshela ukuthi bazolapheka uma bezibandakanya ocansini nabo, kubika iSABC.

"Silala neziguli zethu sizitshela ukuthi zizolapheka uma zizibandakanya ocansini nathi. Lokhu kuzolulaza imithi yesintu njengoba kuwubulwane futhi sizojeziswa ngabaphansi."

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter


- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-16°C More sun than clouds. Cool. Pta: 13-32°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-27°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 13-31°C High level clouds. Pleasantly warm.
Dbn: 19-29°C Afternoon clouds. Warm. PE: 14-18°C More clouds than sun. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...