Kushiswe isitimela uMuldersvlei

2016-05-27 08:14

Cape Town – Kucekelwe phansi amakhoshi esitimela amathathu esiteshini sesitimela eMuldersvlei ngoLwesine ntambama.

Okhulumela iMetrorail uRiana Scott uthe abagibeli kudingeke bahlelelwe amabhasi abazothuthwa ngawo kulandela ukuvalwa komzila.

Funda nalolu daba: Umasipala awunayo indawo yokusingatha umcimbi we-EFF

Umlilo ucinywe ngo-15:20, kodwa kuthiwa ngeke umzila usebenze kuzekube onjiniyela bahlola isimo baphinde balungise okonakele.

UScott akazange akuqinisekise ukuthi umlilo uqalwe ngabathile yini, kodwa uthe kubukeka sengathi impela udalwe yisandla somuntu.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 13-17°C Morning clouds. Cool. Pta: 6-24°C Sunny. Mild.
Jhb: 4-20°C Sunny. Mild. Bloem: 2-17°C Sunny. Mild.
Dbn: 16-20°C Showers late. Afternoon clouds. Cool. PE: 11-18°C More sun than clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...