Kushone owesilisa oshayiswe yizimoto ezimbili

2016-08-12 11:31

Cape Town – Udlulile emhlabeni owesilisa olimale ngesikhathi ezama ukuwela umgwaqo omkhulu u-N7 ngaseDu Noon, eKapa.

Lesi sigameko sengozi senzeke ngoLwesihlanu ekuseni (namhlanje).

Okhulumela abezimo eziphuthumayo zakwa-ER24 uRussel Meiring uthe umufi ushayiswe yizimoto ezimbili.

OLUNYE UDABA: Ushonile oshayiswe yimoto yabaleka

“Abosizo lokuqala bafike endaweni yesigameko bathola isidumbu sowesilisa ebesidindilize phakathi nomgwaqo.

“Bekungekho okungenziwa ukumsiza ngenxa yokuthi ubelimele kabi,” esho.

- EWN

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 17-21°C Sunny. Cool. Pta: 18-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 17-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 15-28°C Drizzle. Morning clouds. Warm.
Dbn: 20-26°C Heavy rain. Breaks of sun late. Mild. PE: 15-19°C a few showers. More clouds than sun. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...