Kushone owesilisa kwesokuzama ukuduna imoto eGoli

2017-02-07 11:34

Johannesburg - NgoMsombuluko ebusuku owesilisa nowesimame bebesendleleni eya ekhaya ngezimoto ezimbili ezihlukene besuka emsebenzini ngesikhathi behlaselwe.

Laba bashadikazi bebelandelana bengena kumgwawo uTokai Streey ngesikhathi kuqhamuka imoto yohlobo lweMercedes ivimbezela imoto yendoda.

OLUNYE UDABA:Bezigigitheka enkantolo izelamani ezisolwa ngokudlwengula indoda

Kuphume amadoda amane ehlomile edubula ebhekise kule ndoda.

Unkosikazi uthe ebona ukuthi kwenzekani waphuthuma esiteshini samaphoyisa eMondeor.

Lendoda idutshulwe yashona, kubika iCitizen.

Kulamale umshayeli wemoto ebiseduze kwendawo yasegameko naye udubulekile ngesikhathi inhlamvu iphaphalaze yashaya imoto yakhe.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 15-17°C Showers late. Partly cloudy. Cool. Pta: 17-28°C Rain showers. Morning clouds. Warm.
Jhb: 16-23°C Showers early. High level clouds. Mild. Bloem: 13-29°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 19-24°C Showers early. Morning clouds. Mild. PE: 12-21°C Afternoon clouds. Cool.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...