Kushone owesifazane ozithwele ngenxa yesifo i-listeriosis

2017-12-11 16:02

Pretoria - Kushone owesifazane ozithwele ngenxa yesifo i-listeriosisi, kusho uMnyango wezeMpilo eGauteng ngoMsombuko.

Lo wesifazane ushonele esibhedlela iSteve Biko Academic ngoLwesihlanu, ngmuva okungeniswa eibhedlela ngenxa yesifo listeriosis, kusho isikhulumi uLesemang Matuka.

OLUNYE UDABA:Bangu-36 abantu ababulawe wukubheduka kwesifo iListeriosis kuleli

UMatuka uthe ubelinde umbiko ovela kongoti ngeminye imininingwane ngalesi sifo.

Lesi sifo sesibulale abantu abangaphezu kwabangu-30 kanti siyelapheka ngokuthath amaphilisi ama-antibiotics.

UMpho Phalatse oyiLungu leKomidi leMeya lezeMpilo nokuThuthukiswa koMphakathi ucele izakhamuzi ukuba zizifundise ngezinhlobo zokudl ezine-listeria nokuthi ungazivikela kanjani.

- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-26°C Sunny. Mild. Pta: 18-24°C Showers early. Morning clouds. Mild.
Jhb: 15-21°C Showers early. Morning clouds. Mild. Bloem: 17-28°C Mostly sunny. Warm.
Dbn: 22-28°C Rain early. Decreasing cloudiness. Warm. PE: 19-26°C Morning clouds. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...