Kushone nowesifazane ozithwele engozini eN West

2016-12-24 13:28

Potchefstroom – Kushone abantu abathathu kubalwa nowesifazane obezithwele ngesikhathi kuginqika iloli kuN12, amakhilomitha angu-20 ngaphandle kwasePotchefstroom, eNorth West ngoMgqibelo, kusho abezimo eziphuthumayo.

Okhulumela abe-ER24 uWerner Vermaak uthe abasizo lokuqala bathola abantu ababbili nowesifazane ozithwele ngaphansi kweloli.

OLUNYE UDABA: Kushone usana engozini ebandakanya iloli neveni

Abanye abantu abangu-9 balashelwe endaweni yeisgameko ngaphambi kokuphuthunyiselwa esibhedlela sasePotchefstroom.

Iziphathimandla ziphuthume endaweni yesigameko ziyophenya.

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

- News 24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 11-17°C Mostly sunny. Mild. Pta: 6-23°C Sunny. Mild.
Jhb: 6-19°C Sunny. Mild. Bloem: -4-20°C Sunny. Mild.
Dbn: 15-21°C More sun than clouds. Cool. PE: 11-17°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...