Kushone ababntu abangu-8 kubalwa nezingane engozini

2017-10-07 13:00

Kimberley – Kushone abangu-8 kubalwa nezingane ezingu-7 ngesikhathi kushayisana izimoto kuBarkly West Raod ngaphandle kwaseKimberley ngoLwesihlanu ebusuku.

Okhulumela abosizo lokuqala i-ER24 uWerner Verner, uthe ingozi yenzeke ngezithuba zabo-20:30 ngoLwesihlanu ebusuku ngesikhathi kushayisana imoto yohlobo lwe-Toyota Corolla ebithwele abagibeli abangu-9 neyohlobo lweLand Cruiser ebihamba umuntu oyedwa.

"Abe-ER24 kanjalo nabezinye izimo eziphuthumayo bafike endaweni yeisgameko bathola izingane ezing-7 ezineminyaka ephakathi kwengu-5 nengu-18 ubudala ebezihamba ngeCorolla zishonile," usho njalo.

OLUNYE UDABA:Ingozi yemoto ishiye kuvalwe ngehlahla emndenini e-KZN

UVermaak uthe kushone nowesifazane obesemotweni, usmhayel wasinda kodwa unamanxeba amabi.

Umshayeli wale enyen imoto ulashelwe endaweni yeisgameko kulandela ukulimala.

"Imbangela yengozi ayikaziwa."

UVermaak uthe iziphathimandla ziphutnume endaweni yesigameko, ziyophenya





- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 12-17°C Rain early. More sun than clouds. Cool. Pta: 13-33°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 12-28°C Sunny. Pleasantly warm. Bloem: 9-26°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 15-23°C More sun than clouds. Mild. PE: 14-18°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...