Kushone 9 kwalimala 10 wabantu engozini ebandakanya itekisi e-KZN

2018-03-19 08:03

Johannesburg – Kushone abantu abangu-9 kwalimala abangu-10 kulandela ingozi eyenzeke phakathi kweveni netekisi eLadysmith, kusho abosizo lokuqala KwaZulu-Natal i-EMS ngeSonto.

“Ngeshwa, kudlule abantu abangu-9 kule ngozi kanti abangu-6 basesimeni esibucayi,” kusho uRobert McKenzie we-EMS.

OLUNYE UDABA:Kushone 14 engozini yebhasi netekisi

Abalimele besebevele bephuthunyisiwe esibhedlela beyolashwa.

Le ngozi yenzeke kuHelpmekaar Road eduzane naku-St Chads ngeSonto ntambama.

Imbangela yengozi  iyaphenya.


- News24

NEXT ON NEWS24 ISIZULUX
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 14-17°C More sun than clouds. Mild. Pta: 8-28°C Sunny. Pleasantly warm.
Jhb: 10-25°C Sunny. Mild. Bloem: 6-24°C High level clouds. Mild.
Dbn: 20-26°C More sun than clouds. Mild. PE: 13-21°C Mostly sunny. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...